Kumisiwe ukufunwa kwendoda yakuleli eminze olwandle eMozambique

2016-08-13 13:00

Johannesburg - Ukuthungathwa kwendoda yakuleli okukholakala ukuthi yaminza eMozambique kumisiwe. Inxusa lakuleli nelaseMozambique athe akukho okusangenziwa.

Abatshuzi bangene esizibeni befuna indoda eneminyaka engu-29 ubudala, uLivhuwani Mavhoho kodwa lutho ukutholakala.

OLUNYE UDABA: Uhulumeni usiza umndeni wowesilisa onyamalale kwi-honeymoon

"UMavhoho ubhekwe enyakatho neningizimu ngalapho ayebhukuda khona, ematsheni nasemigedeni saze saqopha nevideo etshengisa ukuthi kunjani ngapha nsi kwamanzi," kusho umtshuzi uPaul Acutt.

La bashadikazi abasha babeyekwi-honeymoon eMozambique ngemuva kokushada ekupheleni kukaJulayi. Umndeni uthi ubuhlungu kodwa uyayamukela imiphumela yokubhekwa kwendodana yabo, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.