Kumisiwe ukufunda nokufundisa esikoleni kuwa uphahla

2016-07-26 08:08

Johannesburg - Kumisiwe ukufunda nokufundisa ngoMsombuluko esikoleni iHlalelani Primary eWaterval ngaphandle kwase-Elim eLimpopo.

Abazali bagcine izingane zabo emakhaya bekhathazeke ngezokuphepha. Uphahla lwesikole lawa ngo-2013 kulandela izulu elibi.

Isinqumo sokumisa ukufunda esikolebni sathathwa emhlanganweni wabazali nebhodi elingamele isikole.

OLUNYE UDABA: Usinde kokulambisa kuwa uphahla

Izingane ezingaphezu kwezingu-600 ezifunda eHlalelani Primary. Isikole sakhiwa ngo-1985 kanti njengamanje sesigugile nabazali bacabangela ukuphepha kwezingane zabo.

Kubikwa ukuthi izingane eziyisikhombisa sezalimala esikoleni.

Lolu phahla luphinde luvuze kungene amanzi emvula.

Abebhodi elingamele isikole bathi sebeke baludingida udaba noMnyango wezeMfundo eLimpopo ngo-2005. Bathi izethembiso ezenziwa wumnyango ngoFebhuwari kulo nyaka bezingakafezwa, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.