Kumiswe isiteleka samatekisi eTshwane

2017-09-18 12:33

Johannesburg - Isiteleka samatekisi ebesihlelwe eTshwane simisiwe, kusho iSouth African National Taxi Council (Santaco) ngoMsombuluko.

“Asikho isiteleka ngoba abanikazi bamatekisi bathathe isinqumo sokungawadedeli kulandela ukuba abashayeli bethe bazovala ngawo imigwaqo,” kusho okhulumela iSantaco eTshwane uThabisho Molelekwa.

UMolelekwa uthe akubanga nokuphazamiseka ngoMsombuluko eTshwane futhi bazoqhubeka nokuqapha isimo isonto lonke.

OLUNYE UDABA: INduna yenkosi ecaleni lokweba imfuyo

“Singabanika isiqiniseko abagibeli sokuthi sizokwenza okusemandleni ukugwema isiteleka.”

Uthe abashayeli bamatekisi bebefuna kucinywe amathikithi abawakweletayo ngoba bayehluleka ukuwakhokhela futhi abavimbela ukuba bavuselele izincwazi zabo zokushayela.

- Sowetan Live

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.