Kumiswe ukufunda eTUT ngemuva kwemibhikisho

2017-02-15 09:30

Pretoria – Ukufunda kanye nokufundisa esikhungweni semfundo ephakeme iTshwane University of Technology (TUT), ePitoli, sekumisiwe kulandela umbhikisho onodlame, noqubuke ngoLwesibili ebusuku.

Okhulumela inyuvesi, uWilla de Ruyter, uthi abaphathi benyuvesi banqume ukukumisa ukufunda kanye nokufundisa ukuze kuqinisekiswe ukuphepha kwabasebenzi kanye nabafundi.

OLUNYE UDABA: Amalungu e-EFF afuna kudedelwe owe-Fees Must Fall osesele yedwa ejele

“Kunombhikisho oqubuke ebusuku futhi kube namathayi ashisiwe esikhungweni, kanti ngemuva kokuhlola isimo, umphathi wenyuvesi wazise umphakathi ukuthi isikhungo sizovalwa.”

UDe Ryter uthi inyuvesi izokhipha isitatimende ukwazisa umphakathi ukuthi uhlelo lokufunda luzoqhubeka nini.

Ube esenxusa wonke umuntu ukuba avakashele i-www.tut.ac.za ukuze athole ulwazi lwakamuva ngokuqhubekayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.