Kumiswe ukusebenza komtholampilo waseNtuzuma kuhlaselwa abasebenzi

2017-03-22 18:02

Durban – UNgqongqoshe wezeMpilo kwaZulu-Natal uDkt Sibongiseni Dhlomo uvale ukusebenza ebusuku komtholampilo waseNtuzuma.

Lokhu kulandela isigameko sokuhlaselwa kwabasebenzi ngoMsombuluko ebusuku, kubika i-IOL.

Amadoda amabili anyonyoba angena ngesango langemuva lapho afike aphoqa unogada ukuba angene phakathi emtholampilo.

OLUNYE UDABA:Umlingisi uzokwakha umtholampilo wekhethelo esibhedlela iBara

Lawa madoda afike eba umakhalekhukhwini kanye no-ova walo nogada ngaphambi kokuhlasela abahlengikazi bebathathela omakhalekhukhwini kanye nemali.

“Laba basolwa batshele unogada ukuba ababonise ukuthi abahlengikazi bahleli kuphi nokuyilapho abafike babagebenga khona,” kusho uNgqongqoshe ngesitatimende.

Yize lokhu kuzophazamisa kakhulu umphakathi njengoba iziguli ezixineke kakhulu kumele ziye emtholampilo wakwaMashu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.