Kumiswe ukusebenza kwamabhasi ngesiteleka sabashayeli

2018-03-09 14:00

EPitoli - Abagibeli bamabhasi ePitoli basale dengwane ngenxa yesiteleka sabashayeli bamabhasi, kubika iThe Citizen.

Lesi siteleka seqale ngenxa yokungaboni ngasolinye phakathi kwabashayeli nabaphathi beTshwane Bus Services (TBS) ngamahora okusebenza.

Abashayeli abangamalungu enyunyana iSouth African Municipal Workers’ Union, bashaye phansi ngonyawo benqaba ukungena emsebenzini emini baphinde bavala wonke amasango asedepho ukuba kungabibikho mabhasi azophuma.

OLUNYE UDABA:Uzovela obhekene nelokubulala wesimame owatholakala ebhuthini

Abashayeli bamabhasi baqhubekile nesiteleka sabo ngoLwesine begadwe ngamaphoyisa kaMasipala waseTshwane.

Okhulumela uMasipala waseTshwane, uSelby Bokaba, uthe bacela ukwazisa abagibeli ukuba kumisiwe ukusebenza kwamabhasi.

“Abasebenzi bethu abangamalungu enyunyana i-Independent Municipal and Allied Trade Union baveze ukuthi bazimisele ukusebenza. Kodwa-ke ngeke babeke impilo yabo engcupheni ngokushayela amabhasi isimo sinje,” kusho uBokaba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.