Kumthathe "imizuzu" ukuduma uBabes Wodumo

2016-08-15 20:30

Durban - Ngokujwayelekile abaculi nabalingisis kubathatha isikhathi ukuba badume bathandwe njengomculi waseThekwini uBabes Wodumo weculo iWololo, odume ngokudansa.

Iculo lakhe selidlalwe eziteshini zomsakazo ezahlukene zakumabonakude nasemsakazweni.

Nakhu ongakujabulela ukukwazi ngalo mdansi.

1. Igama lakhe lokuzalwa ngu-Bongekile Simelane.

2. Her song, Wololo, which features Big Nuz’s Mampintsha, is the fourth most played local song on South African radio.

3. Ungaphansi kwesitebele sikaMampintsha iWest Ink Label ozinikele kuso.

4. Igama lakhe asedume ngalo liyazichaza nje "uBabes Wodumo" Ubabe odumile.

5. Wakhulela eLamontville nogogo wakhe nasefulethini edolobheni laseThekwini nabazali bakhe.

6. Nguye umsenguli weWest Ink Dance Academy esibutha bonke abantwana emigwaqeni sibafundise. 

7. UBabes uthe uWololo umayelana nokuyala abantu ngobumnandi, ukuthi bangagxili kakhulu kubo baze bakhohlwe nokuthi bakuphi noma bavuke kuphi. 

8. UBabes uthi uzizwa engumuntu wesifazane wokuqala wokubeka umculo wegqom ezingeni kulo mkhakha.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.