Kunconywa umqeqeshi ngokuqoka uKhune

2016-08-05 14:34

Johannesburg - Owayengumdlali weKaizer Chiefs, uRobson Muchichwa, ukholelwa ukuthi u-Owen Da Gama uthathe isinqumo esifanele ngokufaka u-Itumeleng Khune eqenjini lakhe elikuma-Olympic ngemuva kokuba lo mdlali edlale ngendlela encomekayo bebhekene neBrazil.

INingizimu Afrika ibambane ngo-0-0 neBrazil, nakuba ibisidlala ingaphelele.

Funda nalolu daba: Usesayiniswe yi-Arrows obegaqelwe yiChiefs

“Ngokwami, udlale kahle kakhulu,” usho kanje etshela iSoccer Laduma.

“Wenze kahle futhi ukhombisile amava akhe izolo.”

UMuchichwa,40, uthi indlela adlale ngayo uKhune ikhombisa ukuthi ukhethwe kufanele eqenjini lika-Owen Da Gama.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.