Kungenelele abaholi bendabuko ukuze kuvulwe izikole

2016-05-06 17:01

Umbumbulu – Kuhlanganyele abaholi bendabuko eMbumbulu ukuze kuxazululwe eyokuvalwe kwezikole oFolweni njengoba zivalwe ngenxa yemibhikisho, kubika iDailysun.

Sebebuyele emakilasini abafundi bezikole eziyishumi ebezivaliwe ngenxa yemibhikisho yomphakathi kule ndawo.

Kuhlanganyele amaKhosi, izakhamuzi, abaholi be-ANC kanye nezithunywa ezivela kumnyango wezemfundo.

OLUNYE UDABA:Amakhosi ase-E Cape afuna kukhululwe iNkosi yabaThembu

INkosi uNathi Maphumulo ongusihlalo weforamu yezemfundo eMbumbulu uthe bakhathazekile bengabaholi bendabuko ngokuthi izinkinga zomphakathi zicindezela ikusasa lezingane.

“Ngenhlanhla kule ndawo yangakithi sasungula inhlangano yezemfundo ngonyaka odlule ukubhekana nezimo ezifana nalezi,”kusho yena.

UMaphumulo uthe yize bengabaholi bezomdabu bangeke bakwazi ukuguqula indlela uKhongolose asebenza ngayo, kodwa bazoqhubeka nezingxoxo ukuqinisekisa ukuthi ukufunda akuphazamiseki.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.