Kuningi okumelwe "kuqondiswe" ngamagama amalungu azovota - Mbete

2017-12-17 09:07

eGoli - IPhini likaNobhala-Jikelele we-ANC uJessie Duarte utshele amalungu e-ANC ngomzuliswano wokuqala wokubhalisa ukuthi bangaphezu kuka-5000 abebengakabhaliswa nokusho ukuthi ngeke bakwazi ukuqhubeka nomsebenzi wosuku.

Abezindaba batshelwe ngo-22h00 ebusuku ukuthi uhlelo luzoqhubeka kahle ekuseni ngo-9 ngeSonto njengoba izifundazwe zisazokhetha kahle ukuthi ngobani okumele bafakwe.

NgoMgqibelo le nkomfa iqale ngemuva kwesikhathi ngenxa yokuthi kunamalungu abengakaqedi ukubhalisa ngoMgqibelo ekuseni enyuvesi yaseGoli kanti nobuholi bube nomhlangano okhethekile kulandela izinqumo zezinkantolo ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA:I-ANC eNorth West ithi akusiwo wonke amagatsha avotele u-NDZ

USihlalo ophumayo uBaleka Mbete uthi kumele kuqondiswe kahle amagama abantu.

Inqubo yokuqinisekiswa kwamagama bekumele iqale ngemuva kwenkulumo kaMengameli uJacob Zuma, kodwa uthe eqeda, uMbete wamemezela ushintsho ohlelweni ethi eyamagama izolandela imiyalezo ethunyelwe yilabo abeseka lombutho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.