Kunxuswa abantu ukuba baziphathe kahle kwiDurban July

2016-07-02 11:10

Durban - Amaphoyisa kaMasipala weTheku asecele ukuba abantu baziphathe kahle uma sekuqhubeka umcimbi womjaho wamahhashi, iDurban July.

Lo mcimbi kulindeleke ukuba uhehe abantu ababalelwa ku-2 million kuleli dolobha ngoMgqibelo, kanti uzobe ulandelwa amaphathi azobe ethe chithi saka, kubika iNewswatch.

Okhulumela amaphoyisa kamasipala uSibonelo Mchunu uthe: "Sinxusa wonke umuntu ukuba aziphathe kahle baqaphele ukuthi kuzobe kunemigwaqo eminingi ezobe ivaliwe.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa abazohambela iDurban July

"Nokho izoba khona imigudu yokujombisa labo bashayeli abazobe bengeyona ingxenye yalo mcimbi," esho.

"Abantu abazobe bephuza utshwala bayanxuswa ukuba bangashayeli ngoba ngeke sibancenge emgwaqeni," kuphetha uMchunu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.