Kunxuswa abazali ukuba beseke abangaphumelelanga u-Matric

2018-01-03 16:00

Johannesburg - Odokotela bengqondo bami ngomumo ukusiza abafundi abangaphumelelanga u-grade 12.

Imiphumela yamabundi bamatikuletsheni ababhale izivivinyo zeNational Senior Certificate (NSC) izokhishwa ngoLwesihlanu.

Kulindeleke ukuthi ukukhishwa kwemiphumela kuvuse imizwa eyahlukene kubafundi.

Izinhlangano ezifana neSouth African Depression and Anxiety Group (Sadag) noMnyango wezokuthuthukiswa koMphakathi banezinhlelo zokusiza labo angadinga usizo.

Ngokusho kwe-Sadag, u-9.5% wabafundi abashonayo eNingizimu Afrika usuke uzibulele.

OLUNYE UDABA: I-EFF ithi ayijiki ngokuthi abafundi abanikele emanyuvesi

Abazali nalabo abahlala nezingane bayanxuswa ukuba beseke lezo ezingaphumelelanga ukuze kugwemeke ukuzibulala kwazo.

Udokotela wengqondo uCharity Mkone uthi abafundi abaningi bazifakela ingcindezi ngokwabo, ngakho abazali nalabo ababanakekelayo kumele babeseke.

Ezinye zezimpawu zokubona ukuthi izingane zibhekene nokhwantalala noma ziyehluleka ukwamukela imiphumela zibonakala ngokungabinawo umdlandla, ukuziqhelelanisa nezinye izingane, ukushintsha kwezikhathi zokulala kanye nokudla ngendlela engajwayelekile.

Imiphumela ye-Independent Examinations Board yona ikhishwe phakathi kwamabili namhlanje ngoLwesithathu.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.