Kunxuswa izakhamuzi zase-KZN ukuba ziqaphele eduzane nojantshi bezitimela

2018-03-27 18:00

Durban - UMasipala waKwaDukuza, KwaZulu-Natal, uthi uzoqinisa umkhankaso wezokuphepha kojantshi bezitimela kulandela izingameko zezingozi.

Lokhu kuza ngemuva kwezigameko ezahlukene zabantu abathathu abashayiswa yizitimela bewela ujantshi eShakaskraal ngesonto elilodwa.

Esinye salezi zigameko saphuma nomphefumulo.

OLUNYE UDABA:Owesilisa ushayiswe yisitimela

Owakwamasipala, uSipho Mkhize, uthe banxusa umphakathi ukuba ukugweme ukuthatha izindlela ezinqamulelayo zokuwela ojantshi.

UMkhize uthe abantu babeka impilo yabo engcupheni ngokuwela imigwaqo emikhulu efana no-N2 no-R102 nakuba ekhona amabhulohwe akhelwe abantu abahamba ngezinyawo aseduzane.

- Newswatch

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.