Kunxuswa omama ukuba bancelise izingane olwebele

2016-11-18 10:02

Johannesburg - UNgqongqoshe u-Aaron Motsoaledi uthi ukuncelisa ibele yindlela ehamba phambili ekugcineni ingane iphilile.

Ukusho lokhu izolo emcimbini weWorld Prematurity Day obubanjelwe ehholo laseWinterveld, eTshwane.

Uthe nakuba kwabanye ukuncelisa ibele kubukeka kuyinto yakudala, omama kudingeka bakwenze ngokwethembeka lokhu.

OLUNYE UDABA: Uyavela osolwa ngokuqotha umndeni ngembazo

“Ukuncelisa ibele kusiza ezintweni eziningi empilweni yengane nakonina. Kumele siqinisekise ukuthi bonke omama bancelisa izingane zabo okungenani izinyanga eziyisithupha,” usho kanje.

UNgqongqoshe uthi izingane ezingu-38 kwezingu-1 000 ezizalwa eNingizimu Afrika zishona ngaphambi kwesikhathi sazo.

Uphinde wagxeka amantombazane amancane asemalokishini ngokukhulelwa.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.