Kunxuswe abafundi ukuba basebenzise amakhondomu

2017-05-29 11:01

Harare - IPhalamende linxuse abafundi basemanyuvesi ukuba basebenzise amakhondomu abawanikezwa yiNational Aids Council (NAC) ngenhloso yokunciphisa ukubhebhetheka kwe-HIV, ngisho bengawathandi.

Izincomo zenziwe amalungu ekomidi elibhekele izindaba ze-HIV ePhalamende neliholwa uLillian Timveos.

Amalungu ekomidi ahambele amanyuvesi ahlukene ukudingida ngezinkinga zeHIV ne-Aids, kodwa athola ukuthi abafundi abafuni ukusebenzisa amakhondomu ahlinzekwa yi-NAC, bakhala ngokuthi mambi, anuka kabi.

OLUNYE UDABA: Umholi weqembu eliphikisayo eZambia ubonge uMaimane

"Abafundi bebengeneme ngamakhondomu abawanikwayo ezikhungweni esizihambele. Bathi amakhondomu e-NAC abukeka kabi, awanuki kahle, ngakho ngeke bawasebenzise,” ngokusho kombiko wekomidi.

Ikomidi libe selikhipha izincomo zokuthi abafundi kumele bawasebenzise amakhondomu kuze kube kutholakala angcono, afiswa yibo abafundi,  ukuze kunqandeke i-HIV, bese nezikhungo zemfundo zikhuthaza nokuba kusetshenizswe amakhondomo abesifazane.

- Bulawayo24

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.