Kunyamalale isidumbu sosana emakhazeni asePinetown

2018-04-25 12:31

eThekwini - Isidumbu sosana elinezinyanga eziyikhombisa ubudala sahanjiswa emakhazeni asePinetown ngenyanga edlule, kubikwa ukuthi sinyamalele.

Lesi sidumbu sahanjiswa emakhazeni ngoMsombuluko mhlaka-26 Mashi kwathiwa asilandwe ngoLwesine, nokho abanikazi baso bafika itshe selome inhlama.

Kwavulwa icala lokwebiwa kwesidumbu emaphoyiseni asePinetown ngawo uLwesine mhlazingu-29 Mashi.

OLUNYE UDABA:Kutholakale umbungu emgqonyeni kadoti edolobheni eThekwini

Amaphoyisa asePinetown athi umndeni wale ngane wafika emakhazeni wafika isidumbu singabonwa.

Isisebenzi sasemakhazeni esicele ukuba igama laso lingavezwa sitshelen iHighway Mail ukuthi kungokokuqala kwenzeka into efana nalena futhi kuyathusa kakhulu okwenzike.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.