Kunyuka amanani kagesi kwabahlala eGoli

2016-07-01 10:00

Johannesburg - UMkhandlu waseGoli usumemezele ukuthi ayaqala ukusebenza namhlanje amanani amasha entengo kagesi onyaka wezimali ka-2016/2017.

Ugesi unyuka ngo-6.9%, kanti kuzophinde kunyuka amanani okuqoqwa kukagesi, amanzi nama-rates emizi.

Kususkela namhlanje (1 Julayi) zonke lezi zinto ezibalwe ngaphezulu zizokhuphuka ngemali engaphezulu kuka-13%.

OLUNYE UDABA: Umasipala ufuna ukwenyusa amanani kagesi ngo-37%

Ukuqoqwa kukadoti kuzonyuka ngo-6% kuthi ama-rates emizi anyuke ngemali elinganiselwa ku-6%.

Ukunyuka kukagesi ngo-6.9% kungaphansi kwalokho okwaphakanyiswa yiNational Energy Regulator of South Africa, eyathi ugesi uzonyuka ngaphezulu kuka-16%.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.