Kuphawulwa ngokukhishwa kwe-EFF ePhalamende

2016-05-18 14:29

Durban - USomlomo wePhalamende uBaleka Mbete ukhiphe amalungu e-EFF kwasuka uthuthuva.

Bathe bezobakhipha abezokuphepha, babajikijela ngezinto okubalwa kuzo izigubhu zamanzi nokunye.

Baphawule kanje abafundi:

UHector Ntobe uthe: Ngikhumbula amazwi kaMalena esakwi-ANC wathi umuntu ongavoteli i-ANC fanele ayohlolwa ikhanda waphinda wathi i-ANC iyobusa ingunaphakade. Manje lenhlangano yakhe uyivotela kanjani uma uphilile kahle ekhanda ngoba ne-ANC isazolokhu ibusile, amazwi ayeshiwo uMalema lawa. Uma uyilandela ipolitiki uzowakhumbula lamazwi viva ANC viva.

UBuhle Zungu Emandeni uthe: Bakithi umuntu wasekhaya ongavotela le-EFF ngingamdingisa bandla, aninamfundiso ezinganeni yini laba eninemfundiso yokuthi izingane zisiphoqe uma zifuna izinto ooh bandla!

USidwell Sikosiphi uthe: Uzokhumbula ukuthi ne-ANC yaqala kancane ukulwa nombuso wamabhunu namabhunu ayithatha kancane njenga nale EFF. Namhlanje kunjan? Aphi lamabhunu? kusasa kuzoba njani ngale EFF oyithatha kancane...qaphela isondo liyajikajika. 

UHlengsh Kunene uthe: Ha ha ha! ,uJulius Malema udlalile ngabalandeli bakhe, angithi uyena owathi i-ANC iyobusa ingunaphakade manje ulindeleni. Basuke beqinisile uma bethi umlomo uyadala, wathi uzomfela uZuma, akekho ke umuntu oyokhipha uZuma ngenkani. Akawagwinye nje amazwi akhe yize esebaba!



Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.