Kuphekwa ngemibuzo ababili ngokuhlaselwa kwabantu eKZN

2017-08-07 14:01

Durban - Kuphoswa imibuzo abantu ababili kulandela isigameko sokuhlaselwa komndeni eduzane naseMandini, enyakatho yeKwaZulu-Natal.

Kudutshulwe kwabulawa abantu abathathu kokhelwa ngomlilo umuzi wabo eduzane naseMandini.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal uThulani Zwane uthe abantu abahlanu bebelele endlini engulawondi, eMbongolwane, ngesikhathi kugasela oshayasibhamu bevulela ngenganono.

OLUNYE UDABA:Kubulawe abantu abane eMlazi oshayasibhamu bevulela ngenhlamvu

Abanye abantu balimale kanzima.

"Siyacela kunoma kubani ongase abe nemininingwane noma ozibonele asondele ngaphambili. Ababili abashonile bawumndeni kanti esinye isisulu yima sisazohlonzwa. Akukaziwa ukuthi yini imbangela yesigameko," usho njalo.

 - Newswatch


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.