Kuphele kabi kowesimame benza ucansi nesoka kujantshi

2016-07-14 19:00

Russia -  Akuphelanga kahle kowesimame nesoka lakhe ngesikhathi bezitika ngocansi kujantshi endaweni yaseBurytia, kubika iMirror-UK.

Kuthiwa lo wesimame kanye nesoka bahlala emgwaqeni kanye bebephuze amponjwana ngesikhathi kwenzeka lengozi.

Kuthiwa lo wesimame uyena obekangaphezulu kwesoka, kanti uthe ezwa kusondela isitimela waphakamisa ikhanda.

OLUNYE UDABA:Ucansi lumnandi ngamanga

Isitimela ebesihamba ngesivinini esiphezulu zidlule nekhanda lakhe ngesikhathi eliphakamisa.

Inkampani yezitimela kuleli lizwe ikhiphe isitatimende sokuxwayisa izakhamuzi ngokuthi zihloniphe ojantshi kanye neziteshi zezitimela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.