Kuphenywa esokubulawa kwabantu eHammarsdale e-KZN

2017-01-22 07:36

Durban - Amaphoyisa aseThekwini aphenya isigameko okubulawe kuso abantu abayisithupha eGeorgedale eHammarsdale entshonalanga yeTheku.

Izisulu ezimbili zingamalungu omndeni wakwaKubheka. Kungene amadoda abehlome eyizingovolo emzini wakwaKubheka adubula abulala abantu ababili ekhishini. La bantu babalelwa eminyakeni ephakathi kwengu-20 nengu-36 ubudala.

OLUNYE UDABA: Kutholakale iwunga kwesokubulawa kwabantu e-KZN

La madoda abe esedlulela kwamanye amagumbi, lapho abulale khona abanye abantu abane.

Kulesi sigameko kusinde umuntu oyedwa osesimeni esibucayi esibhedlela.

Kusolwa ukuthi ababulali babaleke ngonyawo endaweni yesigameko bangena ehlathini eliseduze.

Amaphoyisa athole indathane yensangu namagobolondo enhlamvu kulo muzi. Athi omunye wabashonile ubefunelwa amacala ahlobene nawezidakamizwa.

Bekungakaboshwa muntu okwamanje.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.