Kuphenywa esokuhlaselwa kweloli lezinkwa e-KZN

2017-10-10 09:30

Durban – Amaphoyisa aseCamperdown aphenya amacala amathathu okuzama ukubulala kulandela ukudutshulwa kwabantu abathathu ababeselolini yezinkwa ku-R603 eduzane nase-Eston, maphakathi neKwaZulu-Natal ngoMsombuluko.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane, uthe iloli lezinkwa lihlaselwe ngabasolwa abebehamba ngemoto yohlobo lwe-VW Polo emhlophe ngezithuba zabo-05:30.

"Bavulele ngenhlamvu bebhekise elolini, iloli laginqika. Abebephakathi elolini bathola amanxeba okudutshulwa baphuthunyiswa esibhedlela beyothola ukwelashwa," usho njalo.

OLUNYE UDABA:Isihluku kubulawa abantu abangu-8 e-KZN

Okhulumela i-ER24 uRussel Meiring, uthe abosizo lokuqala, kanye nabanye bezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bafica iloli lilele ngohlangothi eceleni komgwaqo.

"Kutholwe amadoda amabili elele eceleni kweloli, indoda yesithathu ibuqamama neloli. Le ndoda isukile endaweni yesigameko ngenhloso yokuzama ukuyothola usizo. Abosizo lokuqala bawahlolile la madoda bathola ukuthi anamanxeba okudutshulwa, esesimeni esibucayi," usho njalo.

La madoda, kukholakala ukuthi aneminyaka ebalelwa kweko-30 ubudala, alashelwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela esiseduzane, kusho uMeiring.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.