Kuphenywa icala lokudlwengulwa kwentombazane, 8, esikoleni

2017-05-17 12:31

Johannesburg -  Amaphoyisa aphenya icala lokudlwengulwa kwentombazane eneminyaka engu- 8 ubudala esikoleni iRandburg Primary School.

Kuthiwa lokhu kwenzeka ngenyanga edlule kanti le ngane kuthiwa yadlwengulwa abafana abathathu abaseminyakeni ephakathi kuka-12 no-14 ubudala abafunda kusona lesi sikole.

Ngokuthola kwe-Eyewitness News le ngane yafika yabika ngalokhu okwenzekile ekhaya. Kuthiwa la bafana bayifaka emathoyilethi nokuyilapho abayidlwengulela khona.

Ubaba wale ngane uthi lokhu kwenzeka ngezikhathi zamaholidi. Isikole sasinekhempu yezemidlalo nokuyilapho eyahlaselwa khona.

Ngosuku okwenzeka ngakho lokhu, le ntombazanyana yaquleka isendleleni eya ekhaya.

OLUNYE UDABA:Isincamela ukuya kwagoqanyawo intombazane emithiswe ngumalume

La bafana abenze lokhu bavulelwe icala futhi baxoshwa nasesikoleni, kuqhuba umbiko.

Okhulumela amaphoyisa uWalter Spencer uthe: “Lesi sigameko senzeka ngomhlaka-5 ku-Ephreli. Abasolwa bakhishwe esitokisini ngomhlaka-20 ku-Ephrili babuyiselwa emakhaya.”

Abasolwa bavela enkantolo base bededelwa ngaphsni kweso labazali njengoba amaphoyisa esaqhubeka nophenyo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.