Kuphenywa icala lokushiswa kwehhovisi le-ANC

2016-07-18 12:34

Durban – Amaphoyisa aKwaZulu-Natal aphenya icala lokushisa kulandela ukushiswa kwehhovisi le-ANC eRichmond ngeSonto eledlule.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthe kusolwa ukuthi ihhovisi laseRichmond lishiswe ngabantu abangaziwa ngezithuba zabo-17:20.

OLUNYE UDABA:  Kushiswe imizi yomhxaso emthathu eGoli

Kuvulwe icala lokuqala umlilo kodwa bekungakaboshwa muntu.

Leli bhilidi alishanga kakhulu njengoba amaphepha abalulekile engashanga ngoba abezicishamlilo basheshe baphuthuma endaweni yesigameko umonakalo ungakabi mkhulu.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.