Kuphenywa isibhedlela ngokufa kwesiguli ebesihlukunyezwa

2016-05-20 12:32

Pretoria – Isibhedlela sasePitoli iSteve Biko Academic sizophenywa iziphathimandla zezempilo ngemuva kwemibiko yokushona kwabantu ngendlela engacacile.

“Sicele abaphathi balesi sibhedlela basinike umbiko ocacile ngokuphathwa kweziguli kulesi sibhedlela,”kusho oyibambela lomphathi we-Office of Health Standards Compliance (OHSC) uBafana Msibi.

Lokhu kulandela imibiko ephume kwephephandaba iPretoria News lapho kushone isiguli ngemuva kokuthi sibikele indodakazi yaso ukuthi abahlengikazi bathi uyavilapha akaguli.

OLUNYE UDABA:Isiguli sibulale unesi esibhedlela sabagula ngengqondo

Lesi siguli sasiphoqwa ukuthi sisukume sihlale ngezinqa, uma sishelela siwa, abahlengikazi bebesithethisa bethi siyazensiza.

“Uma sesiziqondisisa kahle izimo ezizungeze izinsolo zokuhlukunyezwa kwesiguli esigcine sishonile, sizokwazi ukuthatha izinyathelo ezifanelekile lapho sizosebenzisana nezinhlangano zezempilo ezifanelekile, kuso uMsibi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.