Kuphenywa ngezinsolo zothisha abakhulelisa abafundi esikoleni

2017-08-31 18:00

Johannesburg - UMnyango wezeMfundo eNorthern Cape uqinisekise ukuthi uphezu kophenyo kulandela izinsolo zabafundi abakhuleliswa ngothisha babo.

Kusolwa ukuthi sekukhulelwe abafundi ababalelwa kwabangu-30 esikoleni iBothithong High, eKuruman, eminyakeni emintathu.

Yize kunjalo uMnyango uthi wazi ngezigameko ezingu-16.

OLUNYE UDABA: Kukhulelwe abafundi abangu-30 esikoleni esiseMpangeni – Umbiko

Othisha abasolekayo bazomiswa ngokushesha emsebenzini njengoba kuqhutshwa uphenyo.

Isikhulumi, uGeoffrey van der Merve, sithe: "Singakuqinisekisa ukuthi konke okufihlakele kuzombuleka kulolu phenyo. Futhi kuzolandelwa inqubomgomo yokuqondiswa kwezigwegwe."

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.