Kuphinde kwabulawa omunye futhi umuntu ehotsela eMlazi

2018-01-16 08:01

Durban – Isigameko sokudubula esenzeke ehostela iGlebelands eMlazi, eningizimu yeTheku, sishiye kushone indoda eneminyaka engu-52 ubudala kwalimala kabi omunye, kusho amaphoyisa.

Isigameko sakamuva senzeke ku-Block M ngeSonto ebusuku "lapho kudutshulwe khona abantu ababili ngabantu abangaziwa, kusho uColonel Thembeka Mbhele etshela iNews24.

"Indoda eneminyaka engu-52 ubudala ishonele esibhedlela ngokuhamba kwesikhathi,” kusho uMbhele.

Imbangela yokudubula kayaziwa namanje, esho.

OLUNYE UDABA: Isidumbu sobelahlekile sitholakale singcwatshwe emzini wesihlobo 

Omunye wesilisa oneminyaka eko-30 ubudala udubuleke walimala kuyona le ndawo.

UMbhele uthe kuvulwe icala lokubulala nelokuzama ukubulala esiteshini samaphoyisa eMlazi ukuze kuphenywe.

Akukaboshwa muntu okwamanje.

Bangaphezu kuka-100 abantu okubikwa ukuthi sebebulewe kuleli hostela kusukela ngo-2014.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.