Kuphume imiphefumulo ngetshe eliwele emgwaqeni e-KZN

2017-12-28 11:00

Durban - Itshe eliginqikele emgwaqeni lisuka phezulu edwaleni eduzane naseThekwini ngoLwesithathu ebusuku lilimaze imoto, kwashona abantu ababili, oyedwa wabo umfana osemncane.

Umshayeli uphuthume esibhedlela eBallito ngemizamo yokuba bahlengwe.

Kukholakala ukuthi umndeni ubulifulathela itheku ngesikhathi kwehla leli tshe lilimaza imoto nabagibeli.

OLUNYE UDABA:Kushone abavukuzi kuwa idwala emayini

Ngokusho komthombo, laba bobabili bahlonzwe befika esibhedlela iNetcare Alberlito njengabashonile.

Kusine umshayeli wemoto nenye ingane kulesi sigameko.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane akatholakalanga ephawula kwaze kwashaya isikhathi sokushicilela.

Ngaphambilini bekubikwe ukuthi kushone owesifazane nengane.Kwenzeke uphutha.

 - TimesLive

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.