Kuphume isidumbu kubangwa isoka

2016-05-13 10:38

Cape Town - Kudutshulwe kwabulawa unogada wowesifazane esikhungweni semfundo ephakeme iCape Peninsula University of Technology kanti kusolwa ukuthi bekubangwa isoka.

UNosabata Mphafa udutshulwe ehhovisi lonogada eCPUT eKapa  ngesonto eledlule.

Kukholakala ukuthi lo mama wezingane ezimbili ushonele endaweni yesigameko kulandela ukusutshulwa amahlandla amane ehlezi egumbini lonogada.

OLUNYE UDABA: Kuphume igazi kubakwa isoka

Ngokusho komthombo wsaeCPUT uMphafa ubulawe ngoMsombuluko, kwaboshwa owesifazane onguzakwabo kaMphafa ngoLwesine.

Umthombo uthe: "Lolu daba luqale ngoba bethandana nendoda eyodwa eyimenenja yabo emsebenzini.

"Kodwa lo wesifazane waba nesikhwele ngoba kwakunenhlansi yekusasa phakathi kwaMphafa nale ndoda ebibabhangqile kanti ngalelo Sonto lo wesifazane wayekhwishiza nje, kukhona okusolisayo ngaye.

Amaphoyisa aqinisekise ukuvulwa kwedokodo ukuze kuziphenywa.

Okhulumela iCPUT uLauren Kansley uthe: " Yonke imininingwane iholela ukuthi sikholwe ukuthi udaba luhlobene nomsebenzeni, kubika iDaily Voice.

"Abaphathi bonogada baseCPUT basebenzisana namaphoyisa ukuphenya isigameko."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.