Kuphuthunyiswe inqwaba yabafundi esibhedlela 'ngokudla ukudla okunobuthi' esikoleni

2018-02-22 09:29

Johannesburg - UMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape uphuthunise izingane zesikole ezingu-250 esibhedlela kulandela isigameko 'sokudla ukudla okunosbuthi' esikoleni iNdamase Senior Secondary ngaphandle kwaseNgqeleni empumalanga yaseMthatha.

Okhulumela umnyango uSizwe Kupelo uthe abafundi baohuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene, uMthatha Regional, yiNelson Mandela Academic nase-St Barnabas.

"Iqembu lokuqala labafundi lilashwa esibhedlela iMthatha Regional," kusho uKupelo

OLUNYE UDABA:Kusolwa ushevu ngokushona kwezingane ezintathu eLimpopo

"La bafundi bayahlanza, balunuywa yizisu abanye baphethwe amakhanda," esho.

UKupelo uthe abafundi bahlolwe yiqembu labahlengikazi ukuze banqume ukuthi ngabe lezi zimpawu zibeka impilo yazo engcupheni noma kudingeka bangeniswe esibhedlela yini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.