Kuputshuke uhlu lwabagaqelwe yiChiefs

2016-11-20 19:00

Durban – Kuputshuke uhlu lwabadlali okuvela ukuthi iKaizer Chiefs izozama ngawo wonke amandla enawo ukubathola.

IChiefs kayenzi kahle ngaphansi kobuholi bukaSteve “Mphathi” Komphela njengoba iphikwa yimiphumela.

Abalandeli bale kilabhu bahlukene phakathi njengoba kukhona abathu uKomphela iyamehlula iChiefs makakhululwe, bese kuzokuba khona abathi kayikho into angayenza ngoba uthengelwe uvucu lwabadlali.

Leli phephandaba lipotshozelwe umthombo walo oncikene neChiefs uhlu lwabadlali le kilabhu ezozama ukubathola uma kuvulwa iwindi lokudayiselana ngabadlali gokuqala konyaka ozayo.

OLUNYE UDABA: IKaizer Chiefs icathamela umgadli we-Orlando Pirates

Kuvadlali okuvela ukuthi bafunwa yiChiefs kukhona u-AnthonyLaffor, Philani Zulu, Mathew Rusike noNdumiso Mabena.

Kuthiwa izama nokubuyisa uMandla Masango ojima nesikimu esincane ekilabhini yakhe yaseDenmark, iRanders FC.

UMasango kuthiwa ufuna ukuhamba kwiRanders yingakho evele wantshingwa esikimini esincane.

“Kuzoba nzima ukuthi iChiefs ithole la badlali ngoba sonke siyazi ukuthi iyagodola nemali,” kusho umthombo.

Thola udaba oluphelele kwiLANGA LangeSonto.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.