Kuqalile ukuqulwa kwecala lezithandani ezatholakala nezidumbu zezingane

2016-07-13 08:04

Berlin – Kuqalile ukuthethwa kwecala lezithandani zaseGermany ezaboshwa ngemuva kokutholakala kwezindumbu ezingu-8 zezingane emzini wazo oseBavaria ngonyaka odlule.

Umama oneminyaka engu-45 ubudala, obizwa ngo-Andrea G, ubhekene namacala amane okubulala ecaleni eliqulwa esifundeni saseCoburg.

Umyeni wakhe oneminyaka engu-55 ubudala, obizwa ngo-Johann G, ubhekene necala lokusiza umkakhe ngesikhathi ‘ebulala’ izingane.

Funda nalolu daba: 'Budliwe yizilwane ubuso bomfundi obelahlekilke'

Abashushisi bathi bebengakatholi ukuthi ngabe ezinye zezingane ezine zazalwa ziphila yini.

Owesifazane ongumsolwa utshele inkantolo ngoLwesibili ukuthi izingane wazisonga ngamathawula zisandakuzalwa, wazifihla, wayengabheki ukuthi ziyaphila yini noma cha, kubika i-DPA.

Lezi zithandani zinezingane ezintathu eziphilayo zonke sezishade noma sezishadelwe kabili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.