Kuqashwe izinkabi ukuba zibulale uNdunankulu waseNorth West - Umbiko

2018-05-06 11:02

Johannesburg - Ihhovisi likaNdunakulu eNorth West uSupra Mahumapelo lithe kuvulwe icala lokwakha itulo lokubulala kulandela ukuthola izwi ngetulo lokubulala lo ndunankulu.

UBrian Setswambung wehhovisi likaMahumapelo, uthe uMahumapelo uthole izidaba zokuthi kukhona abafuna ukumbulala ngoMgqibelo.

"Leli tulo libandakanya ukuqashwa kwezinkabi esezikhokhelwe nemali engu-R250 000 kanti esinye isamba zizokhokhelwa uma sezimsusile uMahumapelo," kusho isitatimende.

OLUNYE UDABA: Angimbambele gqubu lo owayengakhela uzungu lokungibulala - UNdunankulu

USetswambung uthe icala lokwakha itulo lokubulala livulwe esiteshini samaphoyisa aseMahikeng.

"Lena enye yemizamo eminingana yokubulala uMahumapelo, kweyokugcina yayibandakanya ikhansela eMahikeng," usho njalo.

Ayiphumelelanga imizamo yeNews42 yokuthola uvo lwamaphoyisa kulolu daba.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.