Kuqhubeka ukuqulwa kwecala lowe-ANCYL osolwa ngokubulalaintombi

2016-08-08 14:31

Johannesburg – Ukuqulwa kwecala likaloyo owayenguSihlalo we-ANCYL uPatrick Wisani obhekene necala lokubulala intombi yaklhe liyaqhubeka eNkantolo yeMantshi yaseRandburg namuhla.

UWisani usolwa ngokushaya ngemvubu intombi yakhe uNosipho Mandeleleni, 24, waze washona emzini wabo oseeoville ngoSepthemba odlule. Washonela endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Usagcwele amathafa owaye ngumholi we-ANC

Ngaphambilini evele enkantolo, inkantolo yathi uWisani usolwa ngokusabisa ashaye ofakazi bombuso ababili. Lokho kwenza ukuba iBheyili yakhe yesulwe. UWisani usesitokisini kwase kwelekwa amanye amacala amabili okushaya ngaphezu kwaleli athweswe lona.

UWisani wayenguSihlalo we-ANC Youth League eGoli ngaphambi kokuba aboshwe.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.