Kuqhuma ama-stun grenades embhikishweni wezitshudeni zase-CPUT

2017-10-09 16:00

Cape Town - Zivale umgwaqo ngemfucuza evutha ilangabi izitshudeni zesikhungu semfundo ephakeme iCape Peninsula University of Technology (CPUT) ophikweni oluseBellville.

Lezi zitshudeni zijikijela abantu ababonakala bephethe amakhamera ngamabhodlela.

Abezicishamlilo bakuhoxisile ukuya kule ndawo kulandela isixwayiso senkampani yonogada ezimele sokuthi bazokhandwa ngamatshe.

Ngokusho komholi wezitshudeni, uLonwabo Marele, kubhikishelwa ukuthi abakwaNational Student Financial Aid Scheme(NSFAS) abakazikhokheli izitshudeni. 

 - Twitter:

 - Daily Sun

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.