Kuqinisekiswe isifo samarabi eBoksburg

2016-07-28 11:30

Johannesburg - I-SPCA yaseBoksburg isikhipe isixwayiso esiphuthumayo ngokubheduka kwesifo samarabi okwenza ukuthi abantu abafuye izilwane bagome izilwane zabo.

I-SPCA yaseBoksburg ibhale ekhasini layo lezokuxhumana iFacebook yathi: "Sicela ukwazisa bonke abantu abafuye izilwane eBoksburg ukuthi sekuqinisekiswe isifo samarabi endaweni," kubika iBoksburg Advertiser.

OLUNYE UDABA: Kungase kubheduke isifo samarabi eKZN

"Sicela ukubha abanikazi bezilwane bahambise izilwane zabo emtholampilo yazo noma kwa-SPCA eBoksburg ziyogomela le sifo."

IThe Citizen ikhulume noChristelle Haast wase-SPCA eBoksburg ekuseni waqinisekisa ukuthi njengamanje inja eyodwa enamarabi ngoMsombuluko kanti le nja ngeyaseBoksburg South.

Amarabi isifo esithelelanayo sisuka enjeni singene emuntwini.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.