Kuqokwe ithimba elizophenya ngokuqothwa komndeni e-KZN

2017-10-05 09:30

Durban - Sekuhlelwe ithimba lamphoyisa ukuba liphenye isigameko sokuqothwa kwamalungu omndeni angu-8.

Oshayasibhamu badubule babullala izingane ezine nabantu besifazane ababili ngoLwesibili base bokhela ngomlilo orawondi ababili.

Izingane ezinye ezimbili, ezihlonzwe ngumphakathi emlilweni, zishonele esibhedlela.

OLUNYE UDABA:Kwembulwa kwembeswa enganeni esinde kuqothwa umndeni e-KZN

Kulesi sigameko kusinde oyedwa osesimeni esibucayi esibhedlela.

UNgqongqoshe wezokuPhepha koMphakathi uMxolisi Kaunda uvakashele kule ndawo ngoLwesithathu, wamemezela ukuqokwa kwethimba elizophenya isigameko.

Khonamanjalo, amaphoyisa anxusa lowo ongase abe nolwazi ngesigameko abikele awabikele.

UCaptain Nqobile Gwala, okunguye okhulumela amaphoyisa, uthe "Sekuqokwe ithimba lamaphoyisa elizophenya ngalesi sigameko sokuhlaselwa kwalo mndeni."

Imbangekla yokubulala ayikacaci.

 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.