Kuqubuke udlame lwamaqembu ezigebengu eKapa

2016-07-08 11:33

Cape Town - Sekuqubuke udlame lwamaqembu ezigebengu emphakathini waseKapa emasontweni amabili adlule.  

Kubikwa amacala okudubula emphakathini waseHanover Park nowaseBonteheuwel ezinsukwini ezintathu ezedlule.

OLUNYE UDABA: Kushone 11 kudubulana amaqembu ezigebengu

Akukaboshwa muntu ngokubandakanyeka kulezi zigameko zokudubula ezenzeka eBonteheuwel naseHanover Park.

Kukholakala ukuthi lezi zigameko zokudubula ngezokulwa kwamaqembu ezigebengu kulezi zindawo.

Izolo eHanover Park kubulawe amadoda amabili nabantu abahlanu kubalwa nengane eneminyka engu-8 ubudala.

Abosizo lokuqala bekufanele baphelezelwe ngamaphoyisa ukuyongena endaweni, kubika i-EWN.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.