Kusaboshwe abantu ababili ngodlame oluqubuke eMoses Mabhida

2018-04-22 11:57

Johannesburg - Kuboshwe abantu ababili ngodlame oluqubuke eMoses Mabhida Stadium ngoMgqibelo ebusuku ngemuva komdlalo weNedbank Cup obuphakathi kweKaizer Chiefs neFree State Stars.

Abantu ababili, oneminyaka engu-27 nomunye oneminyaka engu-33 ubudala, bazovela eNkantolo kaMantshi eThekwini ngoMsombuluko ngamacala okucekela phansi impahla kanye nelodlame emphakathini, kusho okhulumela amaphoyisa eKZN uCaptain Nqobile Gwala.

Uthe kuzoboshwa abanye abasolwa kungekudala.

NgoMgqibelo ebusuku, kuqubuke udlame abalandeli bengena enkudleni ngemuva kokuba iChiefs yehlulwe ngo-2-0 yiFree State Stars.

OLUNYE UDABA: Ukushaqeka owesifazane ezithela phezu kwenyoka egcekeni

Abalandeli bangene enkudleni, abanye bephula izihlalo, bashaya nonogada. Omunye wonogada besifazane ushaywe kabi waquleka kulesi sigameko.

Amaphoyisa awazange ayiqinisekise imibiko ethi ushonile unogada wesifazane.

Amaphoyisa asebenzise isisi esikhalisayo kanye nama-stun grenades ukuzama ukulawula isimo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.