Kusafunwa owesifazane oduke emvuleni eKZN

2016-07-28 11:31

Durban - Abantu abangaphezu kwekhulu bahlangene olwandle lwaseThekwini eBlue Lagoon njengoba kusathungathwa owesifazane oyisakhamuzi saseSunningdale uBrenda Scriven.

Lo wesifazane, 62, waduka ngezimvula ezinkulu zakamuva eGlen Anil ngoMsombuluko ebusuku. Imoto yakhe yatholwa ime eceleni komgwaqo. Kube sekubonakala ngemuva kwesikhashana ku-CCTV ukuthi uScriven wamuka nezikhukhula kanti namanje akaziwa ukuphi.

OLUNYE UDABA: Kuduke owesifazane wesibili emvuleni e-KZN

Amaphoyisa asechithe izinsuku ezimbili esebenzisa imishini emikhulu ethungathana naye kwimfucuza nasenhlabathini eduzane naseGlen Anil.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.