Kusahlolwa umonakalo odalwe yizikhukhula eJozini

2018-02-18 15:33

eJozini - Izakhamuzi zasezindaweni ezifana noMakhonyi Village eJozini, Northern KwaZulu-Natal zilahlekelwe yimpahla yazo ngemuva kwemvula ebihambisana nezikhukhula ehlasele kuleya ndawo.

Izikhukhula ziqale ngoLwesihlanu ekuseni kwaze kwaphuqeleka ukuba izikole zisheshe ukuphuma njengoba amakilasi abegcwala amanzi.

Iningi lezakhamuzi bezingakwazi ukuphuma kanye nokungena kulendawo njengoba kubhodloke namabhulohlwe ngenxa yokugcwala ngokweqile kwemifula.

IKhansela lakuWadi 5 uBonginkosi Mahaye uthe abezimo eziphuthumayo okubalwa kuzo ithimba lezinhlekelele bakwazile ukufinyelela kulezi zakhamuzi ukuze kuhlolwa umonakalo.

OLUNYE UDABA: Kugwazwe owesifazane ebhishi ebanjwa inkunzi

"Ithimba lezinhlekelele lifike kule ndawo ukuzozibonela ngokwabo umonakalo odalwe yilezi zimvula. Kunemizi eshaye wumbhani kanti izakhamuzi eziningi zikhiphele impahla ngaphandle," kusho uMahaye.

Uthi bekungekho msebenzi omkhulu obungenziwa ngoma imvula ibilokhu inethe ngamandla kodwa izisebenzi zikahulumeni zizosiza ngokudla kanye nezingubo ukuze kulekelelwe labo abalahlekelwe yimpahla yabo, kubika iSABC News.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.