Kusamisiwe ukusebenza kwamabhasi eGoli

2016-07-11 14:30

Johannesburg – Abaphathi benkampani yamabhasi iMetroBus bazohlangana nabaholi bezinyunyana ngemizamo yokuxazulula izikhalazo zabashayeli abatelekile.

Lesi siteleka saqala ngoLwesihlanu kanti kuze kube yinamuhla le nkampani isivele yamisa konke ukusebenza kuyo yonke imizila eGoli.

Izinkulungwane zabagibeli zisale dengwane njengoba kungekho ukusebenza kuyo yonke imizila.

Ngokwemibiko yeSABC News, uRanti Mahlabana okhulumela le nkampani uthe: “Sizwile ukuthi bakahla ngohlelo lokuhlolwa kwamabhasi kanti kusanda kuqashwa inkampani ezimele ezokwenza lo msebenzi.

“Kodwa-ke namanje abaphathi bemisebenzi emadepho ahlukahlukene bangakuqinisekisa ukuthi akukakabi bikho ukusebenza kwamabhasi.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.