Kusaphenywa ngosolwa ngokunukubeza abafundi esikoleni eKapa

2018-03-08 12:33

Cape  Town - Zisaphenywa izinsolo zokunukubeza ngokocansi ezibhekene nomunye wabasebenzi basesikoleni esiseGrassy Park.

Lesi sisebenzi saseFairmont Secondary njengamanje simisiwe emsebenzini.

Akucaci ukuthi uphenyo loMnyango wezeMfundo eWestern Cape luzothatha isikhathi esingakanani.

Iziphathimandla zithi izinsolo zifike kuzo ngesonto eledlule.

OLUNYE UDABA:Lihlehlile icala likanogada osolwa ngokunububeza ngokocansi odado

OwoMnyango, uMilicent Merton uthe: "Lesi sisebenzi simisiwe emsebenzini kanti uphenyo lusaqhubeka."

Kusatshalaliswe izithombe ezinkundleni zokuxhumana ezitshengisa lesi sisebenzi sishuthe namantombazane ehlukene, okuvele ukuthi angabafundi.

Kwesinye isithombe, le ndoda ibonakala iqabula enye yala mantombazane kanti kwesinye ibonakala ibambe ibele lentombazane.

 - EWN


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.