Kusaqhubeka ukufunwa kuka-Ajay Gupta noDuduzane Zuma

2018-02-18 11:04

Johannesburg - Amaphoyisa ophiko loKlebe athi ukuthungathwa kuka-Ajay Gupta kusaqhubeka.

Amaphoyisa asememezele ukuthi u-Ajay Gupta ubalekile futhi asefuna noDuduzane Zuma ngezinsolo zenkohlakalo.

Okhulumela oKlebe uBrigadier Hangwani Mulaudzi uthe kulindeleke ukuba kuboshwe inqwaba.

OLUNYE UDABA:Izikhulu zase-OR TAmbo Airport nazo ziyasiza ngokufunwa kuka-Ajay Gupta

Uqhube ngokuthi okwamanje besingakaphumeleli kodwa lokho akusho ukuthi sizohlala sigoqe izandla, sizoqhubeka nokumthungatha. Sizophinde sihlangane kusasa sibone ukuthi ngabe kufanele yini siyothungatha abanye abasolwa abangakaboshwa. Kufanele nisibekezelele ngoba asikwazi ukudalula amagama abantu abangakaboshwa njengoba lokho kuzolimaza icala."

Khonamanjalo, ihhovisi lamaphoyisa lithi uhulumeni akahambisani futhi uyaziqhelelanisa nomehlokaboni abakhishwe abantu abazimele ngokuboshwa kuka-Ajay noDuduzane Zuma. Lithi omehlokaboni bangase babeke engozini abasolwa, umphakathi nabantu abafana nabathungathwayo.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

5 scientific benefits of owning a cat

According to science, just the act of watching cats itself can bring about positive emotions – so it comes as no surprise then, that owning a cat has a number of benefits.

 

Paws

Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
How to clean your dog’s eyes
This special pooch inspired his brother to learn to stand again
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.