Kusaqhubeka ukusakhucululwa komgwaqo u-N3 e-KZN

2018-04-30 13:59

Durban - Ukukhucululwa komgwaqo nokususwa kwamaloli ashiswe embhikishweni wayizolo ebusuku emgwaqeni omkhulu u-N3, kusaqhubeka.

Amaphoyisa aKwaZulu-Natal athi isibalo sabasolwa abagcwele esitokisini namuhla ekuseni kulandela umbhikisho onodlame ku-N3 eMooi River simi ku-54.

OLUNYE UDABA:Kulindeleke ukuba kuvele ababoshwe embhikishweni onodlame ku-N3

Abezindaba iNewswatch ngaphambilini bezwe ukuthi bangu-64 abantu ababoshiwe. Abasolwa abangu-54 kulindeleke ukuba bavele enakntolo yaseMooi River namuhla.

Abashayeli abadlula eMooi River Toll Plaza namuhla, bachaze isimo namuhla ekuseni njengesixakile.

Omunye wabashayeli uthe uhamba ngqo nge-toll ngaphambi kokuba amiswe engalindele wahanjiswa ngeMooi River East off-ramp.

 - Twitter:

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.