Kusathungathwa abadubule babulala abantu eCubana

2017-10-15 14:59

Cape Town – Amaphoyisa asathungatha abasolwa ababili abafuneka ngecala lokubulawa kwabantu ababili eCubana lounge eStellenbosch.

UNicole Muller, 38, ongumama wezingane ezimbili, ohlala eKuilsriver ushonile ngesikhathi kudutshulwa kule ndawo yobumnandi ekuPlein Street ekuseni ngoMgqibelo.

Owesilisa oneminyaka engu-40 ubudala waseDelft naye ubulewe, omunye wesifazane wangeniswa esibhedlela elimele.

Isigameko esenzeke eCubana lounge kukholakala ukuthi besiqondiswe kuDonovan Jacobs waseDelft.

OLUNYE UDABA: Unogada 'udlwengule' umfundi kwi-matric dance 

Udutshulwe amahlandla amathathu ebusweni, wafa ujuqu.

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape uFrederick van Wyk uthi kuvulwe amacala amabili okubulala, nelilodwa lokuzama ukubulala emaphoyiseni.

“Onemininingwane ngesigameko sokudubula uyacelwa ukuba axhumane namaphoyisa.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.