Kushaqeke abasebenzi basemtholampilo 'kudubulana amaqembu ezigebengu'

2017-10-04 14:01

Cape Town – Kushaqeke abasebenzi basemtholampilo waseManenberg ngoLwesibili ekuseni ngesikhathi kuqhuma izibhamu emtholampilo esigamekweni okusolwa ukuthi sihlobene nesamaqembu ezigebengu.

Kudubuleke iwindi nama-burglar bars, kusho ilungu lekomidi leMeya uSiyabulela Mamkeli etshela iNews24.

UMamkeli uthe kuhlewe ukuba balulekwe ngokwengqondo abasebenzi abebengaphakathi emtholampilo ngesikhathi sesigameko sokudubula.

OLUNYE UDABA:Kushiswe 2 wezimoto kuhlaselana amaqembu ezigebengu emngcwabeni

Akekho olumalile kulesi sigameko. Kuzotshalwa amaphoyisa edolobha nawe-SAPS kule ndawo, kusho uMamkeli.

Okhulumela amaphoyisa aseWestern Cape u-Andre Traut uthe amaphoyisa ayazi ngesigameko kodwa alikho icala eselivuliwe.

Uthe kutshalwe amaphoyisa endaweni ukuze ezoqeda udlame aphinde aqaphe isimo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.