Kushaqeke izakhamuzi kudutshulwa ofaniswe nesela lemfuyo eKZN

2017-04-04 12:35

Pietermaritzburg - Zisashaqekile izakhamuzi zaseNtshanga eSithumba ngokudutshulwa kubulawe indoda esolwa ngokweba imfuyo ngsikhathi ihamba nabangani bayo endaweni ngeSonto.

Ngokusho kwemithombo yendawo kubikwa ukuthi isigameko senzeke ngezithuba zabo-19:00.

Isisulu ogama laso ngu-Andile Kheswa, 25, udutshulwe ngabasolwa abangaziwa abebehambva ngemoto.

Kuthiwa uKheswa ubehamba nabangani bakhe abangu-5 ngesikhathi kuqhamuka imoto abahlangane nayo endleleni, umnikazi wayo wabaphoqa ukuba bagudluze ugodo obeluvimbile.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe kwabulawa owesimame eyokhokhela umngcwabo KwaDukuza

Kuthiwa kuthe uma benqaba umshayeli wale moto wavulela ngenganono ebhekise kubo bonke babaleka bangena ehl;athini eliseduzane.

Umthombo we-KZNEyethu uthi akugcinanga lapho njengoba iphinde yabuya le moto  sebethi bayaqhubeka nohambo lwabo.

Kuphinde kwezakala uukuthi le ndoda ibuye yasiqhumisa isibhamisa kwadubuleka umufi, abantu abebehamba nale ndoda bezwakale bethi "uyena lona ontshontsha izinkomo zethu".

Ngemuva kwalokho abasolwa babaleke ngayo le moto.

Kube sekuvulwa icala esiteshini samaphoyisa endawo.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Bongumusa Manqele uqinisekise isigameko sokubulawa kukaKheswa.

"Akukaboshwa muntu kodwa amaphoyisa ayaphenya."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.