Kushaqeke omakhenikha bethola isidumbu sikopolotwe amehlo

2016-07-08 20:32

Johannesburg – Amaphoyisa aphenya ngesidumbu sowesilisa esitholwe omakhenika eChiawelo eSoweto.

Labomakhenikha bebelibangise emsebenzini besebenzisa indlela enqamulelayo ngasezintabeni ngesikhathi bezithela phezu kwesidumbu.

UConstable John Serala okhulumela amaphoyisa uthe bamangale kabi ngalokhu abakubonile.

Kuthiwa lo wesilisa ubeseminyakeni yo-40 noma yo-50. Utholakale elele ngesisu engenaso isikhumba ebusweni.

Ubekhishwe amehlo, ilimi kanti izindlebe kanye nekhala lingekho kanti ikhala nezindlebe nakho bekungekho.

Ubeshoda ngesithupha sakwesokunxele kanye nomunwe waphakathi kwesokudla, kubika iThe Star.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.