Kushaqeke umndeni nabangani kalowo owaphuziswa i-acid kuhoxiswa icala

2016-04-27 13:59

Durban - Umndeni nabangani baloyo owashona ngemuva kokuphoqwa ukuba aphuze i-acid, uzwakalise ukushaqeka nentukuthelo yawo ngesikhathi kuhoxiswa icala lokubulala elibhekene nowayeyisoka lalo wesifazane.

Icala elithweswe uSimphiwe Mbanjwa obeyisoka likaThulile Phungula, 23, lihoxiswe eNkantolo yeMantshi yasePietermaritzburg ngenxa yokungabibikho bofakazi obanele.

OLUNYE UDABA: Umfundisi ubhunyele intombi nge-acid-Umbiko

UMbanjwa waboshwa ngemuva kokushona kukaPhungula ngomhlaka-21 Agasti  kanti ukuphikile ukubandakanyeka esigamekweni sokushona kukaPhungula.

Ngokusho kophenyo lwamaphoyisa kusolwa ukuthi uMbanjwa wavalela uPhungula ekhoneni kubo wase ehudulela ehlathini eliseduze wamphoqa ukuba aphuze i-acid. Izitho zakhe zomzimba zasha okwaholela ukuthi ashone.

Kuzwakale ukuthi uPhungula wamdalula ukonesi  esibheldlela umenzi wokubi ngaphambui kokushona, kubika iDaily News.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.